Ukungena ngenxeba njengempethu - ngesingisi singathi wukuthatha an advantage kumuntu, lapho umuntu ebuthaka khona wena kulapho uthatha lelothuba ukwenza izinhloso zakho. Impethu iba sesilondeni, yini inxeba, liyisilona esenziwa isimo esithile okungaba ukugwazeka, impethu yona ibona ithuba lokuthi nasi isilona bese iyangena kusona, kodwa umuntu ophilile ongenanxeba impethu ayimthinti.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |